musicas.mus.br
Letras de músicas - letra de música - letra da música - letras e cifras - letras traduzidas - letra traduzida - lyrics - paroles - lyric - canciones - OKHOKHO - AZANA - música e letra
Utilize o abecedário abaixo para abrir as páginas de letras dos artistas
Okhokho letra
Ngikhumbula ngisasemncane unginakekela
Ungafuni izintezimbi zisondele
Nomungasekho emhlabeni ubowazi
Ukuthi mina nawe sohlangana phambili
Ngikhonzele kubo bonke okhokho
Ngikhonzele kubo bonke okhokho
Ngikhonzele kubo bonke okhokho
Ubatshele bengisacell indlela enokukhanya
Ubatshele bengisacel’ indlela enokukhanya
Ooh
Ehh
Aah
Ooh
Ngisho aboMasango aboVezi AboMdluli
AboMwelase, AboZintu zomkhonto, aboMvalane
Bona abavala ngomkhonto emazibukweni yeyi
AboVezi, aboMvalane
Ngisho aboMasango abaMdluli
Abozintu zomkhonto, aboMasango aboMvalane
Bona abavala ngomkhonto emazibukweni
AboMasango, aboVezi
Abozintu zomkhonto
Azana - Letras
top 30 músicas
©2003 - 2024 - musicas.mus.br